More
    HomeProvincial NewspapersIGweru ithola izimoto ezintsha

    IGweru ithola izimoto ezintsha

    Published on

    spot_img

    Ngumlobi owe Times

    IGweru City Council inikeze imota ezine ezintsha ezindlekweni ezifika ku US$165 000, kulokhu kuthuthukisa okuhlose ukwandisa ukuhlinzeka ngezinsizakalo edolobheni.

    Lezi zimota – ibhasi encane elendawo yokuhlala abantu abangamatshumi amabili lanhlanu (25) lama pick-up amathathu, ezitholwe ngemali yekansili, okulindeleke ukuthi kuthuthukise ukuhlinzeka ngezinsizakalo futhi kuguqule impilo zabantu abasemadolobheni.

    UMayor weGweru, uMartin Chivhoko uthe lezi zimota ezintsha zizakwandisa ukuhamba, zikhulise ukukhiqiza, futhi zibe legalelo ekukhuleni komnotho.

    “Ngithanda ukudlulisa ukubonga kubakhokheli bethu, abasebenzi kanye labalingani bethu ngokuqhubekela phambili kwabo ngokweseka kulolu tshintsho.

    “Izimota zizathuthukisa ukunikezwa kwezinsizakalo, zandise ukuhamba lokukhiqiza, futhi zibe lendima ekukhuleni komnotho lasekuthuthukiseni impilo engcono zabantu baseGweru.

    “Njengoba siqhubeka lokukhula lokutshintsha, ngibheke phambili ekuboniseni umthelela omuhle walezi zimpahla emisebenzini yethu lasemphakathini,” kutsho uMayor.

    Izimota zaqhubezwa Minister owe State eye Provincial Affairs le Devolution owe Midlands Province, uOwen Ncube.

    UMinister ubheke ngenhlonipho iPhalamende leGweru ngokubeka phambili ukuhlinzeka ngesisekelo esibalulekile kanye lokuthengwa kwezimota lezinsiza ezibalulekile ukuze kuqinisekiswe ukunikeza okuphumelelayo lokusebenza kahle.

    Ngakho ke, ngiyabonga iGweru City Council, futhi, ngokuphindaphindiwe, ngokubeka phambili ukuhlinzeka ngesisekelo esibalulekile kanye lokuthengwa kwemota lezinsiza ezibalulekile ukuze kuqinisekiswe ukuhlinzeka ngemisebenzi emihle kubantu baseGweru lasemphakathini wezamabhizimusi,” kutsho yena.

    Ukunikezwa kwezimota ezintsha kuyingxenye yemizamo yokuthuthukisa ukuhlinzeka kwezinsizakalo.

    IKhansili leDolobha laseGweru lenze intuthuko enkulu ekuvuseleleni imisebenzi yokulima, ukuthuthukisa ukuhlinzeka kwamanzi, kanye lokunakekela ama robots angasasebenzi.

    UMinister uNcube uveze ithemba lokuthi ngezimota kuzathuthukisa ukuhlinzeka njalo kuzatshintsha izimpilo zabahlali.

    UMinister wabonga iGweru City Council, ZRP, abezempilo, abahlali bendawo labe Civil Protection ngesihawu sabo sokutshetsha engozini yakamuva eye Hungwe Coaches, okwabangela ukufa kwabantu abahlanu eduze le Fairmile Motel.

    “Ngivumeleni, ngibonge ngokutshetsha okwenziwa yiGweru City Council, iZRP, abasebenzi bezempilo, umphakathi lamanye amalungu eCivil Protection abaphumelela ukuhamba phambili engozini yakamuva eyeHungwe bus eyayenzakala eduze le Fairmile Motel futhi lavimbela ukulahlekelwa okunengi kwempilo,” kutsho uNcube.

    Latest articles

    Media Must Expose Healthcare Failures to Protect Citizens — CIMAS CEO

    CIMAS chief executive officer Vulindlela Ndlovu has urged the media to continue playing its...

    Daughters of Virtue to host long awaited Thanks Giving Camp

    Staff Writer Daughters of Virtue (DOV) from Wednesday November 26 to Saturday 29...

    President Mnangagwa hails General Sibanda’s 51 years of service as ZDF leadership changes hands

    Harare, (New Ziana) — President Emmerson Mnangagwa on Monday presided over the handover and...

    Fake Medicines Killing 100k People in Africa Annually-COMESA

    Bulawayo, (New Ziana)-The Common Market for Eastern and Southern Africa (COMESA) has warned that...

    More like this

    Media Must Expose Healthcare Failures to Protect Citizens — CIMAS CEO

    CIMAS chief executive officer Vulindlela Ndlovu has urged the media to continue playing its...

    Daughters of Virtue to host long awaited Thanks Giving Camp

    Staff Writer Daughters of Virtue (DOV) from Wednesday November 26 to Saturday 29...

    President Mnangagwa hails General Sibanda’s 51 years of service as ZDF leadership changes hands

    Harare, (New Ziana) — President Emmerson Mnangagwa on Monday presided over the handover and...
    error: Content is protected !!